I-ChatGPT

I-ChatGPT [lower-alpha 1] iyisiqavithi sohlakahlisombulu esithuthukiswe yi-OpenAI esanyakulwa ngoLwezi wezi-2022. Yakhelwe phezu kwamahlelokusebenza we-OpenAI womndeni we-GPT-3 wezinongo zolimi ezinkulu futhi yalungiswa-ngobunomfiya kusetshenziswa ubunyoninco bokufunda okuqondiswayo nokufunda okufakelelwayo.
I-ChatGPT yanyakulwa njengonyanyali mhla zingama-30 kuLwezi 2022, futhi yathola ukunakwa ngokushesha ngenxa yezimpendulo zayo eziningiliziwe neziqephuzayo kuzo zonke izidlangala zolwazi. Kodwa ukunemba kwesiminya sayo okumaqokolo, kuye kwahlonzwa njengengqinamba ephawulekayo.[2] Emva kokukhululwa kwe-ChatGPT, ukubalwa kwemali ye-OpenAI kwakuhamba kwizigidgidi ezingama-29 ngowezi-2023.[3]
Unongo olusha lakwa-OpenAI olubizwa GPT-4, lwakhululwa mhla zili-14 kuNdasa 2023, futhi seluyatholakala kubasebenzisi be- ChatGPT Plus.
Ukuqeqeshwa
[hlela | Hlela umthombo]I-ChatGPT iyilungu lomndeni wezinongo zolimi lwesiGwebuzi esesiQeqeshiwe esiPhehlayo (generative pre-trained transformer GPT). Yalolongwa kahle (okuyindlela yokufunda okudluliswayo[4]) kuhlobo oluphuculiwe lakwa-OpenAI lwe-GPT-3 olwaziwa ngokuthi "GPT 3.5".[5] Inqubo yokulolongaa kahle yasebenzisa kokubili ukufunda okuqondisiwe kanye nokufunda okugcizilelwe (reinforcement learning) kumdludlungu obizwa ukufunda okugcizilelwe kumbuyiswa womuntu (reinforcement learning from human feedback RLHF).[6][7] Zombili lezindlela zazisebenzisa abaqeqeshi abangabantu ukuze ziphucule ukusebenza konongo. Ekufundeni okuqondiswayo, unongo lwahlinzekwa ngezingxoxo lapho abaqeqeshi babe nhlangothi zombili: bengabasebenzisi kanye nabalekeleli bohlakahlisombulu. Ekufundeni okugcizilelwe, abaqeqeshi abangabantu baqala ngokufaka kuqhiwu izimpendulo zonongo zezingxoxo ezidlule.[8] Lolu qhiwu lwasetshenziswa ekudaleni "izinongo zokuhlumulisa" lezo ezasiza ekulolongeni kahle unongo kusetshenziswa lokho okubizwa (Proximal Policy Optimization PPO).[6][9]
Ulwangu
[hlela | Hlela umthombo]IChatGPT iyisiqavithi esiqekethayo kanye nesilekeleli sohlakahlisombulu esisekelwe kuzinongo zolimi ezinkulu.[10] Iyakwazi ukubhala nokulungisa izinhleleliso zesicikizi;[11] ukuqamba umculo, imidlalo kamabonakude, izinganekwane, kanye nezibhalwa zabafundi; ukuphendula imibuzo yezivivinyo (kwesinye isikhathi, kuye ngesivivinyo, ngendlela edlula abantu);[12] ukuphehla amasu womhwebo;[13] ukuhumusha nokufingqa umbhalo;[14][15] ukufefenyeka uhlelo lakwaLinux; ukufefenyeka yonke inkundla yokuqavitha; noma ukufeketha imidlalo efana je-tic-tac-toe.[16]
Imithombo
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ GPT is an acronym for Generative Pre-trained Transformer.[1]
<ref> tags exist for a group named "lower-alpha", but no corresponding <references group="lower-alpha"/> tag was found
- ↑ Roose, Kevin (December 5, 2022). "The Brilliance and Weirdness of ChatGPT". The New York Times (in i-English). Archived from the original on January 18, 2023. Kulandwe ngomhlaka December 26, 2022.
Like those tools, ChatGPT — which stands for "generative pre-trained transformer" — landed with a splash.
Unknown parameter|url-status=ignored (help) - ↑ Vincent, James (December 5, 2022). "AI-generated answers temporarily banned on coding Q&A site Stack Overflow". The Verge (in i-English). Archived from the original on January 17, 2023. Kulandwe ngomhlaka December 5, 2022. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ Varanasi, Lakshmi (January 5, 2023). "ChatGPT creator OpenAI is in talks to sell shares in a tender offer that would double the startup's valuation to $29 billion". Insider. Archived from the original on January 18, 2023. Kulandwe ngomhlaka January 18, 2023. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ Quinn, Joanne (2020). Dive into deep learning: tools for engagement. Thousand Oaks, California. p. 551. ISBN 978-1-5443-6137-6. Archived from the original on January 10, 2023. Kulandwe ngomhlaka January 10, 2023. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ "OpenAI API". platform.openai.com (in i-English). Archived from the original on March 3, 2023. Kulandwe ngomhlaka March 3, 2023. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - 1 2 OpenAI (November 30, 2022). "ChatGPT: Optimizing Language Models for Dialogue" (in i-English). Archived from the original on November 30, 2022. Kulandwe ngomhlaka December 5, 2022. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ Greengard, Samuel (December 29, 2022). "ChatGPT: Understanding the ChatGPT AI Chatbot". eWeek. Archived from the original on January 19, 2023. Kulandwe ngomhlaka January 11, 2023. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ Douglas, Will (March 3, 2023). "The inside story of how ChatGPT was built from the people who made it". MIT Technology Review. Archived from the original on March 3, 2023. Kulandwe ngomhlaka March 6, 2023. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ Vincent, James (December 8, 2022). "ChatGPT proves AI is finally mainstream[[:Template:Snd]]and things are only going to get weirder". The Verge (in i-English). Archived from the original on January 11, 2023. Kulandwe ngomhlaka December 8, 2022. Unknown parameter
|url-status=ignored (help); URL–wikilink conflict (help) - ↑ Stevenson, Mark (December 10, 2024). "Large language models: how the AI behind the likes of ChatGPT actually works". The Conversation (in i-English). Kulandwe ngomhlaka May 25, 2025.
- ↑ Tung, Liam (January 26, 2023). "ChatGPT can write code. Now researchers say it's good at fixing bugs, too". ZDNET. Archived from the original on February 3, 2023. Kulandwe ngomhlaka June 22, 2023. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ Heilweil, Rebecca (December 7, 2022). "AI is finally good at stuff. Now what?". Vox (in i-English). Archived from the original on January 16, 2023. Kulandwe ngomhlaka December 30, 2022. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ Eapen, Tojin T.; Finkenstadt, Daniel J.; Folk, Josh; Venkataswamy, Lokesh (June 16, 2023). "How Generative AI Can Augment Human Creativity". Harvard Business Review. ISSN 0017-8012. Archived from the original on June 20, 2023. Kulandwe ngomhlaka June 20, 2023. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ Kaneko, Karin (July 18, 2023). "ChatGPT, Bing, Bard and DeepL: Which one offers the best Japanese-to-English translation?". The Japan Times. Archived from the original on October 4, 2023. Kulandwe ngomhlaka July 22, 2023. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ Ravšelj, Dejan; Keržič, Damijana; Tomaževič, Nina; Umek, Lan; Brezovar, Nejc; Aristovnik, Aleksander. (2025). "Higher education students' perceptions of ChatGPT: A global study of early reactions". PLOS ONE 20 (2). Bibcode 2025PLoSO..2015011R. doi:10.1371/journal.pone.0315011. PMC 11798494. PMID 39908277. http://www.pubmedcentral.nih.gov/articlerender.fcgi?tool=pmcentrez&artid=11798494.
- ↑ Cite error: Invalid
<ref>tag; no text was provided for refs namedArsTechnicaTerminal